or
Ladysmith Black Mambazo

Kuye kwamemeza baprofethi emandulo
Kumemeza abantu abadala kangaka
Webantwana kanisalaleni ngani

Umbiko wokuzalwa kenkosi uJesu
Nansoke inkanyezi enhle kunazozonke
Eyalandelwa isiswe zivela empumalanga
Baba baba wami; baba (hmm) Bhinc' (hmm) ibeshu lakho
Simemeza ngazwi linyi (hmm) Sithi (hmm) Izelwe (hmm)
Inkosi Yamakhosi
Mama mama wami; Mama, bhinci, sidwaba sakho
Vunula uphelele sisho ngamphimbo linye sithi izelwe inkoi yamakhosi
Yinhle kunazozonke, masiyilandeleni khona sizophumelela
(Unqinisile umprofethi... lenkanyezi)
Saqala Sabezwa besho saze sabona nathi embhalweni
Sabe, sesiyakholwa, yilolo esikufundayo lithini ibhabeli
(uJesu uyinkosi)
Amen Halleluya Amen

Written by SHABALALA, JOSEPH
Published by Warner/Chappell Music, Inc.

Lyrics Provided By LyricFind Inc.